Inkomo edla yodwa - umuntu ongafuni ukuzibandakanya nabanye abantu. kusuke kuchazwa umuntu ongathandi ukuhamba nabanye abantu noma ongathandi ukuzihlanganisa nabanye abantu, okungaba abangane, isibonelo: uma usebenza emsebenzini ngesikhathi sekhefu wonke umuntu uyaphuma ayodla nabaye, uma kukhona ongadli nabanye , ozihlalela yedwa lowomuntu uyinkomo edla yodwa.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |